SELIQOKIWE IQEMBU LOKUGCIN LE CARLING ALL STARS

By Sabie

Kuvalwe izolo maphakathi nobusuku ukuvotela iqembu lekhethelo elaziwa Nge Carling All Stars elizobhekana nompetha bendebe ye Carling Knockout Cup iStellenBosch FC ngomhlaka 6 January Peter Mokaba stadium, ePolokwane.

Unozinti weKaizer Chiefs u Itumeleng Khune nguye ogcine edle umhlanganiso ngamavoti elandelwa umgadli we Orlando Pirates uKermit Erasmus, kodwa  nokho  uKhune sekucacile ngeke abeyinxenye yeqembu ngenxa yesigwebo asinikwa yiqembu lakhe ngokuziphatha budedengu eqenjini Amakhosi, nokusho ukuthi ngeke adlale ngoba usesigwebeni. 

Kodwa izolo ngosuku lokugcina lokuvota, kugcine iqembu lime kanje:

ReplyForward

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *