Inkampani yakwa PRIMO ithathe isinqumo sokuba yingxenye yabaxhasi bamaqembu adlala ngaphansi kweMotsepe League esifundazweni sakwaZulu Natal. Lezindaba zidalulwe esithangamini sabezindaba ebesisengethwe inhlangano yeSAFA ngokubambisana nomnyango wezemidlalo namaciko esifundazweni (DSAC). Abaphathi bamaqembu abebephume ngobuningi babo bezwakalise okukhulu ukusijabulela lesimemezelo besho nokusho ukuthi impela ithemba alilahlwa ngoba bebedonsa kanzima iminyaka bengalutholi usizo kodwa ekugcineni nabo bazizwa benethemba lekusasa. Abaphathi bathi bebetabalasa kanzima ngishonasekuthengeni imifaniswano yabadlali ngoba bekumele kube yibo abazogwaqazisa emigodleni yabo njalo uma kunezindingo zemali,Loku bekwenza inqubekela yeqembu ididobale ngenxa nje yezinsiza.
Related Posts
UNGQONGQOSHE WEZEMIDLALO KUZWELONKE UNXUSA UMPHAKATHI WAKULELI UKUBUNGAZA NAMABHOKOBHOKO NGOLWESIHLANU
By Sabie Chili UNGQONGQOSHE wezemidlalo, ezobuciko namasiko eningizimu Africa, uZizi Kodwa usenxuse wonke umphakathi wakuleli ukuba ubungaze ndawonye ukuhlanganisa nokubungaza…
Inkampani ekhiqiza izinkwa nohlelo lokwakhela ojahidada izindawo zokudlala
By Sabie Chili Inkampani ekhiqiza izinkwa SASKO iqhamuke nohlelo oluhle kakhulu lokwakha izindawo eziiphephile ngokwezinga eliphezulu, lapho Kuzodlala khona izingane…
Zibonakele izinhloso zemidlalo yobungani yomasipala waseMzumbe
Asanda Shange Zithele izithelo izinhloso zabaphathi bakamasipala wase Mzumbe eNingizimu nesifundazwe sakwaZulu Natal. Isikwati sabafana abangaphansi kweminyaka eyishumi nesishiyagalolunye (19)…
