Seyithela izithelo imisebenzi kaMnu Mabaso owakhele endaweni yaseShowe nozisungulele indawo eheha izivakashi eziqhamuka kwizifunda zonke zakuleli. Angeke ukholwe uma ekuxoxela ukuthi lomsebenzi uwuqale engenalutho ephaketheni kodwa manje selingenisa imali liphinde livule namathuba emisebnzi endaweni. Ziningi izinto okwazi ukuzenza uma uyisivakashi ezikwenza ubheme ukholwe ubumnandi. Kanti ngenyanga kaLwezi zizobe ziphenduka kuyo lendawo,thola iminingwane kwisazisi.
Related Posts
UKHUTHAZA UMKHAKHA WEZOKUVAKASHA UNGQONGQOSHE
Ungqongqoshe womnyango wezezimali umnotho nezokuvakasha kwaZulu Natal uMhlonishwa u Sboniso Duma uvakakshele e –So Chilla Restaurant ngomhlaka 15/09/2023 ezinze elokishini…
Amalungiselelo e-Africa’s Travel Indaba 2026 ozobanjelwa- Ethekwini asemi ngomumo.
Mbali Nala Amalungiselelo e-Africa’s Travel Indaba 2026, ahlelelwe ukuba aqale kusukela ngomhlaka-11 kuya kumhlaka-14 kuNhlaba ngawo lonyaka eThekwini, aqhubeka kahle,…
LUNGISELELA KUSEMANJE
Abaningi bavamile ukuhalela ukuhambela izindawo zamazwe angaphesheya nalawo angomakhelwane ngenhloso yokuzithokozisa,indida kuloku ukuthoi kwalona leli lethu izwe asikalazi nhlobo. Kunezindawo…
