BENZA EZIBUKWAYO ABAFUNDI BESIKOLE I –ANTON LEMBEDE MST ACADEMY

Isikole esineminyaka emithathu vo sivuliwe sesiqalile ukucaba indlela eya empumelelweni ngokukhiqiza ompetha emikakheni yezifundo zeSayensi nezibalo. Lesikhungo esizinze edolobheni laseThekwini esifundeni sakwa Zulu Natal singesokuqala ukuba khona kulesifundazwe kanti sisheshe sathela izithelo. Loku kugqame kakhulu ngesikhathi uNgqongqoshe wezemfundo esifundazweni sakwa Zulu Natal ekhethe ukuzifikele mathupha kulesikole . ungqongqoshe wezemfundo esifundeni ugezeke igilo ngakubone kulesikhungo,abafundi bekhangisa ngobuchwepheshe abazisungulele bona nobuzokuba usizo emphakathini nasemnothweni wezwe

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *