UMeya weTheku uKhansela Cyril Xaba wethule Digital Platform yokuqoqa izikweletu namhlanje

UMeya womkhandlu Ethekwini uKhansela Cyril Xaba namhlanje Durban ICC wethule ngokusemthethweni amathuluzi amasha obuchwepheshe ukuze kuthuthukiswe ukuphathwa kwezezimali kanye nokusebenzisana kwamakhasimende

Amaplatifomu edijithali azosebenza njengeziteshi ezintsha ezivumela izakhamuzi ukuthi zibuke,zilande futhi zikhokhele izikweletu kwi inthanethi, zinciphise ukuthembela ekuthunyelweni ngeposi.

Ipulatifomu yokusizakala ngomakhalekhukhwini izotholakala ngaphandle kokudinga idata yeselula noma I airtime.

Loluhlelo lwamakhasimende oluzayo luzohlanganisa ukuphathwa kwamamitha amanzi nogesi kanye nkukhokhisa ngepulatifomu eyodwa. Loluhlelo long isikhathi likhulisa isivinini somsebenzi.

Iplatifomu ibizwa ngo SmartRev ibukeka ngaloluhlobo

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *