Injobo ikwethulela u Life/Business Coach u Sifiso Nala nokuvamise ukuba azwakale kwisikhondlakhondla somsako uKhozi FM njalo ngolwesThathu ekuseni laphoesuka ecija abalaleli ngezakhono zokonga imali. Injobo inentokozo ukukwazisa ukuthi U Life Coach uzokwazi ukutholakala kulengosi yamakhasi ethu njalo ngeviki kanti ungazitholela ikhopphi yakho njalo ngenyanga uzwe ukuthi uthini. Uma unemibuzo ngeBhizinisi nokusungulwa kwalo ungathumela umlayezo ngokuchumana nephephandaba Injobo.
Related Posts
Izindlela zokuba nobudlelwano nabahlinzeki bebhizinisi lakho ngaphandle kokuchitha imali eningi
Nathi Khumalo Abanye osomabhizinisi abakunaki ukuthi ubudlelwane babo kanye nabahlinzeki babo bubaluleke kanjani nhlangothi zombili. Khona abachitha imali eningi bethenga…
Umhlangano Wesikhwama Se-Operation Vula – Inqubekela phambili kuTier 1 kanye nokwazisa umphakathi
NgoLwesihlanu, mhla zizi-4 kuMfumfu wezi-2024, uMfundisi Musa Zondi ubambe umhlangano nabamele i-Operation Vula Fund (OVF) ukuze kuxoxwe ngenqubekelaphambili yokukhishwa kwemali…
Ungenza kangcono ngemali uma ilalela Wena.
Sekuvamile ukuba lomeluleki wezezimali athi nxashane ekhuluma emsakazweni asebenzise isisho esithi ”Imali iyisithunywa”. Okuhlaba nakakhulu umxhwele ngezinkulomo zakhe ukuthi zethulwa…
