PRIVACY POLICY OF INJOBO NEWSPAPER INTRODUCTION- iSINGENISO
Ingqubo migomo yokugcina imininingwane nokudalulwa kwayo. Siyinkampani i-MBALINALA MEDIA(Pty)Ltd sigunyazwe ukusebenza ngenombolo 2014/120104/07, ngaphansi kolawulo lwezinkampani ,kanti njengamanje ufundisisa ngohlelo lwethu lokuvikela imininingwane yakho yangasese. Siyakukhathalela ukukuhlonipha ngokugcina nokudalula imininingwane yakho ,futhi sinenjongo
yokuqikelela leyonhlonipho ngokusezingeni. Inhloso yalomgomo ukuba sinikeze incazo ngokuthi siqokelela kanjani,siyigcine kanjani imininingwane yabafundi bethu njengephandaba nokuthi sihamba sigcinephi nokugodla ulwazi ngawe ngokweyamene nezomthetho wezwe nokubambisana nawo.
AUDIENCE- ZETHAMELI
Lengqubo mgomo iqondiswe kuwe uma ubalulwe ngokulandelayo kanje:
· Isihambeli kulenkundla sizinda yethu
· Ufake isicelo njengekhasimende kumbe uya subscribe ukuthola izindaba namanye amasevisi esinikezela ngawo.
PERSONAL DATA: IMINININGWANE YOBUWENA
Imininingwane Yobuwena ibalulwa kanje:
· Imininingwane ethize esiyiqooqa nxashana uvakashela Inkundla yesizinda sethu;
· Imininingwane ethize lapho ubhalisa ukuba ikhasimende lethu (buka ngenzansi);
· Imininingwane ethize eqoqwa nxashana ubhalisa kanye
· Naleyomininingwane osinikeza yona ngokungaphoqiwe
LEMINININGWANE AYIKUBALI LOKU OKUNGENZANSI
· Imininingwane eqhamuka njengaleyo ecashisiwe yokungazazisi kithina ukuthi ungubani
· imininingwane eqhamuka ngokungazeki ukuthi ivela kubani futhi nokungelula ukuyilandela imvelaphi yayo
· ulwazi lemininingwane esiziqoqele yona ngokocwaningo lwethu kungahlobene nasiqu samuntu
· imininingwane osinikeze yona ngokuthanda kwakho esidlangalaleni noma enkundleni ethile njengaku ma chatroom,blogsnokunye okubandakanya ukuxhumana komphakathi , Leyomniningwane asiyithathi njengmfihlo ebucayi nedinga ukuba ukuvikellwa ngaphansi
kwalomthetho esikhuluma ngawo oyinqubo mgomo yokuvikela kwethu.
IMIZEKELO NGEMININGWANE YOMUNTU
· Umzekelo weminingwanenyomuntu esingayiqokelela imi ngaloluhlobo:
· Imininingwane echaza ngawe – igama lakho, usku lokuzalwa,inyanga nonyaka wokuzalwa, Kanye nenombolo kamazisi wakho;
· Indlela yokuxhumana – izinombolo zezingcingo noma umakhalekhukhwini kumbe ikheli lesikhahlamezi sakho;
· Imininingwane yekheli lakho – idelisi yakho yasendlini oma laphokuphuma khona iposi lakho
· Imininingwane yokukwazikangcono – ubulili bakho ,ushadile noma ongayedwana.
SENSITIVE PERSONAL DATA: IMINININGWANE ENOBUCAYI
Kungenzeka nxashana ubhalisa ukuba ikhasimende lethu sikubuze imibuzo eyevile kwejwayelekile
nehambisana nokuthi sizo luni oludinga kuthina (Imibuzo enje); Usebenzaphi,Isikhundla somsebenzi, Ubuzwe bakhonobuhlanga bakho,uhlala kuphi nemininingwane yebhange lakho. Acceptance of this policy: Ukwamukeleka kwalomthetho kunesidingo
Uma ubhalisa kulenkundla wamukela lomthetho ukuze usebenzise Inkundla yethu nezinsiza zethu. Uma ungahambisani nalemithetho migomo awuvumelekile ukuba uqhubeke nokusebenzisa lenkundla ngokunjalo nokusebenzisa izinsiza zayo.
Ukusayina kwakho sikuthatha futhi sikwemukela njengesivumelwano esisemthethweni phakathi kwaMBALINALA MEDIA (Pty)Ltd kanye nomthengi wezindaba osebenzisa lenkundla sizinda.
LEGAL CAPACITY: OKUSEMTHETHWENI
Uma ungaphansi kweminyaka eyishumi nesishiyagolombili ngokomthetho wezwe laseNingizimu Afrika uthathwa njengomntwana ophansi kolawulo lwabazali ngako ke awunalo igunya lokusebenzisa lenkundla ngenxa yokuthi awunalo igunya lokuzisayinela ngokwakho engekho umzali noma umbheki wakho.
DEEMED ACCEPTANCE: ISIVMELWANO ESIBOPHEZELAYO
Ngokwamukela kwakho lengqubo mgomo sikuthatha ngokuthi uyifundile,wayiqonda kahle,wayamukela futhi uvuma ukuzibophezela ngayo yonke imibandlela ebekiwe.
YOUR OBLIGATIONS: ISIBOPHEZELO SAKHO
Ungansinikezela ngeminingwane yakho kanye neyomunye umuntu uma ke lowo ekunikezile igunya lokunikezela ngeminingwane yakhe. Lenkundla sizinda iyakwazi ukuvumela ukuba ushicilele ulwazi ngendlela ezokwenza kugqame kubobonke abafundi bephephandaba nawowonke umuntu oyingxenye yamakhasimende,loku ukwenza ngokubeka nomaukubhala imibonoekhasini lemibono yabantu . Indlela ophawula ngayo ayihlangene nenkampani MBALINALA MEDIA(Pty)Ltd kumbe iphephandaba Injobo Newspaper. Yonke imibono yakho ingeyakho unelungelo lokuthi ubuzwe ngayo ngisho nasenkantolo uma kunesidingo nawe uziphendulele.
CHANGES : IZINGUQUKO
Imibandela yalemigomo siyohlezi siyibuyekeza kuwo lamakhasi enkundla sizinda ngezikhathi ezithile ukwenzela ukuhambisana nemithetho yokushicilelwa kwezindaba. Uma kunezinguquko sithembisa ukunazisa ngazo ngokuxhumana nge Imeyili noma ngokushicilela isaziso kuwo amakhasi ethu,uma kunezinguquko ongahambisani nazo uyokuba nelungelo lokuphuma kulenkundla ngokwesula. Uma ke
ukhetha ukuqhubeka nokusebenzisa lenkundla ngemuva kokuba sewazisiwe ngezinguquko nemibandela eyenziwe kulengqubo mgomo yokuvikelw a kolwazi siyokuthatha njengalowo ohambisana nazo zonke izinguquko.
PURPOSE FOR COLLECTION OF DATA: IZIZATHU ZOKUQOQA IMININGWANE
Siqoqa iminingwane yakho ngenhloso yokwazi ukuthi amakhasimende ethu abantu abanjani abadinga hlobo luni losizo nokuthi iziphi izintoozilindele kakhulu kuthina. Sidinga ukwazi nokuthi ikuphi lapho kumele senyuse khona amasokisi mayelana nokuletha izinsiza
kuwe. Ukubonisa amakhasimende asebenzisa iphephandaba ukumaketha amabhizinisi awo ukuba ungakanani umphakathi abakwazi ukufinyelela kuwo. Loku sikwenza ngale kokuthi siveve iminingwane yakho eyimfihlo Siqokelela imininingwnae ukuba siphinde sikwazi ukuxhumana njalo namakhasimende ethu sibe umphakathi ofudumele nothuthukisana kangcono ngokwabelana
Sinxusa ukuba ungalibali iminingwane oyisebenzisile nxashana ubhalisa ukuze kube lula ukubuyela kulenkundla sizinda ekhasini lemibono nakwamanye amakhasi owathandayo.
CONSENT TO COLLECTION OF DATA: IMVUME NGEMINININGWANE
· Sohlala njalo silandlela imithetho yezwe uma siqoqa iminingwane yaba USE OF DATA: UKUSEBENZA KWEMINININGWANE Kuyisibopho sethu ukuba
· Sisebenzise iminingwane yakho ukukulethela iphephandaba lakho olithandayo nokukwethulela izindaba ezintsha njalo kwinkundla sizinda yethu..
REGULATORS: IZIPHATHIMANDLA
Asinawo Amandla okufihela iziphathimandla ngeminingwane yakho,ngakho uma bedinga ulwazi njengokugunyaziswa umthetho siyobazisa
Sithembisa ukubambisana nabasemagunyeni ukudalula ulwazi
LAW ENFORCEMENT: ABOMTHETHO
Ulwazi olwayemene nomuntu soludedela nxa: Siphoqwa inkantolo ukuba siyidalule ngokuthobela umthetho nokuvikela umphakathi
nezwe lonkana nokuvika ubudlobongela
Siyolandela imiyalelo yenkantolo ukuze kuvikelelke isithunzi sethu
NO SELLING: ASITHENGISI NGEMINININGWANE
Asthengisi ngeminingwane yabantu . Nokudalulwa kweminingwane yomuntu ayidalulwa kumuntu ngaphandle kwezimo esizibalulile zomthetho nalezo esizibalile ngasenhla
SHARING OF PERSONAL INFORMATION: ASIDALULI ZIMFIHLO
Asabelani ngeminingwane yabantu kumakhasimende ethu. Imininingwane yakho iphephile futhisiyigcina ngokuthembeka asiphisani ngayo ezimakethe.
MARKETING PURPOSES: UKUHEHA ABAKHANGISI
Ngenhloso yokuheha abakhangisi ukuba bathenge izikhala zokukhangisa iphephandaba likngabavezela ubungako bamakhasimende esithi ama subscribers nokusabalala kwawo ngokokuhlala,kodwa loku akusho ukudalula imininingwane eyimfihlo.
.
CHANGE OF OWNERSHIP: UGUQUKO LOBUNIKAZI
Umalenkampanikwenzeka idayiswa noma isayinda izivumelwano zokubambisana ,kushintsha ubunikazibayo Siyobe sesidlulisela onke amagunya kubanikazi abasha ,loku kubandakanya neminingwane yamakhasimende onke. Uma ungenelisekile ngokudluliswa
kweminingwane yakho uyofaka isicelo esiphuthumayo sokwesula.
ENQUIRIES IZICELO
Labo ababhalisile kwikhasilenkundla yethu bangafaka izicelo zokulungisa imininingwane yabo noma ukwesula ekhasini lethu ngokuthi bathumele imeyili ku info@injobonewspaper.co.za
